Ukuhunyushwa kwe take e isiZulu

take

-thatha

isenzotakes, taking, took, taken

  • 1

    -thatha
    -bamba
    -khipha
    -thwebula
    ‘Who took the last piece of cake?’ Ubani othathe ucezu lokugcina lwekhekhe?
    ‘The doctor will take your blood pressure as part of the check-up’ Udokotela uzothatha umfutho wegazi lakho njengengxenye yokukuhlola.
    ‘We took photos at the memorial site’ Sithwebule izithombe endaweni yesikhumbuzo.
  • 2

    -thatha
    ‘Take Route 62 to Barrydale’ Thatha indlela 62 eya e-Barrydale.
  • 3

    -thatha
    -zama
    ‘It's a reputable company; if they offer you a job, take it!’ Yinkampani enegama elihle; uma bekunikeza umsebenzi, uthathe!
  • 4

    -gwinya
    -phuza
    ‘Take two aspirin with a glass of water’ Gwinya ama-asipirini amabili ngengilazi yamanzi.
  • 5

    -thatha
    -enza
    ‘Suné wants to take a business management degree’ U-Suné ufuna ukwenza iziqu zokuphathwa kwebhizinisi.
  • 6

    -thatha
    ‘It takes just over an hour to get to work by train’ Kuthatha ngaphezudlwana nje kwehora ukufika emsebenzini ngesitimela.


Okushiwo Umsebenzisi

take

thatha

isenzo