Ukuhunyushwa kwe subject e isiZulu

subject

isihloko

ibizoPlural subjects

  • 1

    isihloko
    ‘The subject of the debate was "Women are better drivers than men."’ Isihloko senkulumo-mpikiswano sasithi: "Abasifazane bashayela kangcono kunabesilisa."
  • 2

    isifundo
    ‘What subjects are you doing this year?’ Yiziphi izifundo ozenzayo kulo nyaka?
  • 3

    Linguistics
    inhloko
    ‘In the sentence "The dog chased the cat", "the dog" is the subject of the sentence’ Emshweni: "Inja ijahe ikati", "inja" inhloko yomusho.
    Compare object:3
    • the word in a sentence that names what or who does the action
    • igama emshweni elisho ukuthi yini noma ubani owenza okuthile