Ukuhunyushwa kwe strain e isiZulu

strain

ubunzima

ibizoPlural strains

  • 1

    ubunzima
    ukuqhunsuka
    ‘Reading in poor light can cause eye strain’ Ukufunda ekukhanyeni okungekuhle kahle kudala ubunzima emehlweni.

isenzostrains, straining, strained

  • 1

    -enyela
    -qanuka
    -qhunsuka
    -qanula
    -qhunsula
    -bhinyila
    ‘I strained my back lifting the heavy pot’ Ngenyele umgogodla ngesikhathi ngiphakamisa ibhodwe elisindayo.
  • 2

    -hluza
    -cwenga
    -vova
    ‘If your soup comes out lumpy, you can strain it to make it smoother’ Uma isobho lakho liphuma linezigaxa ungalihluza ukulenza licoleke.