Ukuhunyushwa kwe sting e isiZulu

sting

-tinyela

isenzostings, stinging, stung

  • 1

    -tinyela
    -suzela
    ‘Bees sting anything that attacks their hive’ Izinyosi zitinyela noma yini ehlasela indlu yazo.
    ‘A bee dies soon after it has stung you’ Inyosi ifa ngokushesha emuva kokuba isikutinyelile.

ibizoPlural stings

  • 1

    ukutinyela
    ‘An ordinary bee sting can be dangerous if you're allergic to it’ Ukutinyela kwenyosi okwejwayelekile kungaba yingozi uma umzimba wakho ungezwani nakho.