Ukuhunyushwa kwestand e isiZulu

stand

Verb

  1. Izibonelo

    • Please stand still, I'm trying to measure you

      Ngicela ume uqonde, ngizama ukukukala

    • The farmhouse stands in the middle of rolling fields

      Indlu yasepulazini imi phakathi kwamasimu

    • The fund is standing at R640 000

      Imali imi ezi-R640 000

  2. Izibonelo

    • I can't stand his rudeness

      Ngeke ngibumele lobu buluhlaza bakhe

Noun (ubuningi stands)

  1. Izibonelo

    • We need to take a stand against the shebeen in our neighbourhood

      Kudingeka simelane nendaba yaleli shibhi elisendaweni yethu

Noun (ubuningi stands)

  1. Izibonelo

    • The food stand on the corner sells delicious saugage rolls

      Indawo ethengisayo yokudla esekhoneni ithengisa ama-sausage roll amnandi kakhulu

Ixhaswe u-Oxford