Ukuhunyushwa kwe south e isiZulu

south

iningizimu

ibizo

  • 1

    iningizimu
    ‘There was a fresh breeze from the south’ Bekukhona umoya opholile oqhamuka eningizimu.

isiphawulo

  • 1

    -seningizimu
    ‘The south coast of our country is a popular holiday destination’ Ugu oluseningizimu lwezwe lethu indawo ethandekayo yokuya eholidini.
    ‘South America has extremes of climate: from tropical forests to Antarctic conditions’ INingizimu Melika inesimo sezulu esishisa kakhulu: kusukela emahlathini ethrophiki ukuya ezimweni ze-Anthathika.

isandiso

  • 1

    eningizimu
    ‘Migrant birds fly south during the northern winters’ Izinyoni ezifudukayo zindiza ziye eningizimu ngesikhathi sobusika basenyakatho.