Ukuhunyushwa kweshoot e isiZulu

shoot

Verb

  1. Izibonelo

    • The police shot the hijackers

      Amaphoyisa adubule abaduni

  2. Izibonelo

    • Don't let the car shoot forward when you release the clutch

      Ungayeki imoto icibele phambuli uma udedela isipuni samagiya

  3. Izibonelo

    • Van Percie shoots at goal, and scores!

      U-Van Percie ukhahlelela emapalini, futhi uyakora!

  4. Izibonelo

    • The movie was shot in and around Johannesburg

      Isithombe sathwetshulwa eGoli kanye nasezindaweni eziseduze

Noun

  1. Izibonelo

    • I'm glad to see the tree I transplanted is forming new shoots

      Ngiyajabula ukubona isihlahla engasitshala siqala imixhantela emisha

  2. Izibonelo

    • Several streets in the city were closed off for a film shoot

      Imigwaqo embalwa edolobheni ibivaliwe kuthwetshulwa ifilimu

Ixhaswe u-Oxford