Ukuhunyushwa kwe settle e isiZulu

settle

-xazulula

isenzosettles, settling, settled

  • 1

    -xazulula
    ‘The strike continued until the employer and the union settled their dispute’ Isiteleka siqhubeke kwaze kwaba umqashi nenyunyana baxazulula ukungezwani kwabo
  • 2

    -zinza
    -zika
    ‘After moving around a few times, we eventually settled in Cape Town’ Emva kokuhambahamba izikhathi ezimbalwa, ekugcineni sazinza eKapa
  • 3

    -hlala
    ‘Dad settled in his favourite armchair to watch TV’ Ubaba wahlala phansi esihlalweni sakhe esiyintandokazi ukubukela umabonakude