There are 2 main translations of set in isiZulu

: set1set2

set1

Verb

  1. Izibonelo

    • The movie is set in present-day Barcelona

      Umbukiso wenzeka e-Barcelona yamanje

  2. Izibonelo

    • We set the table for ourselves and four guests

      Sizidekele itafula kanye nezivakashi ezine

  3. Izibonelo

    • The school sets a mock matric before the final exams

      Isikole senza ukuhlolwa kukamatikuletsheni kokudlala ngaphambi kokuhlolwa kokugcina

    • Natalie du Toit has set several swimming records

      U-Natalie du Toit wenza amarekhodi amaningana okubhukuda

    • A date was set for the trial

      Usuku lokuthetha icala labekwa

  4. Izibonelo

    • You can't play before the broken bones in your hand have set

      Ngeke udlale ngaphambi kokuba amathambo aphukile esandleni sakho eselungile

  5. Izibonelo

    • The Sun set in hues of orange and purple over the sea

      ILanga lishona linemibala ephuzi kanye nebunsomu phezu kolwandle

There are 2 main translations of set in isiZulu

: set1set2

set2

Noun (ubuningi sets)

  1. Izibonelo

    • I saw a beautiful set of carved chess pieces at the craft market

      Ngibone isethi enhle yezinhlamvu eziqoshiwe zeshesi emakethe yemisebenzi yezandla

  2. Izibonelo

    • You can't buy a TV set without a valid licence

      Ngeke ukwazi ukuthenga umabonakude ngaphandle kwelayisense esebenzayo

Ixhaswe u-Oxford