Ukuhunyushwa kwe service e isiZulu

service

ukuphatha

ibizoPlural services

  • 1

    ukuphatha
    ‘This restaurant has good service: the waiters are quick and friendly’ Le ndawo yokudlela iphathana kahle futhi oweta bayashesha futhi banobungane
  • 2

    uhlelo
    ‘Commuters rely on the regular bus service to and from town’ Abagibeli bathembela ohlelweni lwamabhasi oluhamba njalo ukuya nokubuya edolobheni
  • 3

    inkonzo
    ‘The Sunday morning service in the local chapel is at ten’ Inkonzo yasekuseni ngeSonto edlwaneni yesonto yasendaweni ingehora leshumi
  • 4

    ukuxilonga
    ukulungisa
    ‘I need to take my car for a service next week’ Ngidinga ukuyisa imoto yami iyoxilongwa ngesonto elizayo