Ukuhunyushwa kwesave e isiZulu

save

Verb

  1. Izibonelo

    • The doctors tried in vain to save the dying patient's life

      Odokotela bazame bahluleka ukuhlenga impilo yesiguli ebesifa

  2. Izibonelo

    • It's a good idea to start saving money when you start earning

      Kuyisu elihle ukuqala ukulondoloza imali uma uqala ukusebenza

  3. Izibonelo

    • Not racing from traffic light to traffic light saves a lot of petrol

      Ukungagijimi ukusuka ezibanini zomgwaqo uya kwezinye konga uphethroli omningi

  4. Izibonelo

    • Save the leftovers and we'll have them for lunch tomorrow

      Gcina izinsalela kanti sizozidla ngelantshi kusasa

  5. Sport

    Izibonelo

    • The goalkeeper saved three dangerous shots at his team's goal

      Unozinti uvimbele amashodi amathathu ayingozi abeshaywe epalini leqembu lakhe

  6. Computing

    Izibonelo

    • When working on a computer, remember to save your document regularly

      Uma usebenza kwikhompyutha, kubalulekile ukuseyiva imibhalo yakho njalo

Ixhaswe u-Oxford