Ukuhunyushwa kwe round e isiZulu

round

-indilinga

isiphawuloroundest, rounder

  • 1

    -indilinga
    ‘They sat at a round table’ Bahlala etafuleni eliyindilinga
  • 2

    -imbulunga
    ‘The rocks on the river bed were round and smooth’ Izimbokodo esiqwini somfula zaziyimbulunga futhi zishibilika

ibizoPlural rounds

  • 1

    umzuliswano
    ‘The smaller teams were knocked out of the competition in the early rounds’ Amaqembu amancane akhishwa emqhudelwaneni emizuliswaneni yokuqala

isandiso

  • 1

    -jikelezisa
    ‘A plate of snacks was passed round among the guests’ Ipuleti lokuhlashunwayo lajikeleziswa phakathi kwezivakashi
  • 2

    -zungeza(yo)
    -thathela(yo)
    ‘We weren't in a hurry and took the long way round’ Besingajahile futhi sathatha indlela ende ethathelayo

isihlanganiso

  • 1

    -zongoloza
    ‘She wrapped a towel round her baby after she'd bathed her’ Wagoqa ingane yakhe wayizongoloza ngethawula emva kokuyigeza
  • 2

    ngale kwa-
    ‘We could hear the marching band was just round the corner’ Sasizwa ukuthi amabhendi ayemasha ngale kwekhona