Kukhona izihumusho eziyinhloko ezingu-3 zokuthi present ku-isiZulu

: present1present2present3

present1

isipho

ibizoPlural presents

  • 1

    isipho
    ‘All children love to get presents on their birthday’ Zonke izingane ziyathanda ukuthola izipho ngosuku lokugubha ukuzalwa kwazo.

Kukhona izihumusho eziyinhloko ezingu-3 zokuthi present ku-isiZulu

: present1present2present3

present2

-ethula

isenzopresents, presenting, presented

  • 1

    -ethula
    -azisa
    ‘The principal's wife presented the awards at our school's annual prize-giving ceremony’ Inkosikazi kathishanhloko yethule imiklomelo esikoleni sethu emcimbini wonyaka wokunikeza ngemivuzo.
  • 2

    -ethula
    ‘DJ Fresh presents the afternoon drive show on 5FM’ U-DJ Fresh wethula uhlelo lwe-afternoon drive esiteshini i-5FM.

ibizoPlural presents

  • 1

    isimanje
    ‘They spend most of their time idolizing the memories of bygone struggles rather than concentrating on the challenges of the present’ Bachitha isikhathi sabo esiningi becabanga ngezinkumbulo zemizabalazo eseyadlula kunokugxila ezinselelweni zamanje.

Kukhona izihumusho eziyinhloko ezingu-3 zokuthi present ku-isiZulu

: present1present2present3

present3

-manje

isiphawulo

  • 1

    -manje
    ‘Rewrite these sentences in the present tense’ Bhala le misho enkathini yamanje.
    ‘Poor harvests, high energy prices and demand exceeding supplies have led to the present situation’ Izivuno ezingezinhle, intengo ephezulu yezamandla, izimfuno ezidlula okuhlinzekiwe kuholele esimweni samanje.
  • 2

    -khona
    ‘The meeting will start as soon as all are present’ Umhlangano uzoqala uma wonke umuntu esekhona.


Okushiwo Umsebenzisi

present

Isipho

ibizo