Ukuhunyushwa kwe power e isiZulu

power

amandla

ibizoPlural powers

  • 1

    amandla
    ‘Venezuelans voted in elections that test their president's 10-year grip on power’ Abantu base-Venezuela bavotile okhethweni oluhlola amandla okubambelela kukaMongameli wabo iminyaka eyi-10 ephethe
    ‘The power of the storm uprooted trees and blew off roofs’ Amandla esiphepho asiphule imithi kwaphephuka nophahla lwezindlu
  • 2

    ugesi
    ‘When the electrical substation broke down, the whole neighbourhood was left without power’ Ngesikhathi isiteshi sikagesi esincane siqhuma, zonke izakhamuzi zasala zingenawo ugesi
  • 3

    science
    ugesi
    ‘New economical globes use only three watts of power compared to the usual lights that use 57 watts’ Amagilobhu amasha okonga ugesi asebenzisa amawadi amathathu kagesi uma eqhathaniswa nalawo ajwayelekile asebenzisa amawadi anga-57
  • 4

    Mathematics
    umphindaphindi
    ‘Three to the power of two is nine (32 = 9)’ Okuthathu komphindaphindi wokubili kulingana nokuyisishiyagalolunye (32 = 9)

ibizoPlural powers

  • 1

    isikhondlakhondla
    ‘The world's leading economies, including emerging powers such as China, agreed to stimulate economic growth’ Osomnotho abahamba phambili emhlabeni, kuhlanganisa nezikhondlakhondla ezifana ne-China, bavumile ukusimamisa ukukhula komnotho


Okushiwo Umsebenzisi

Power

Amandla

ibizo

  • 1

    Amandla

    Uhulumeni unaMandla okulwa bobubha kulelizwe.

    Goverment have a power to fight with poverty in this country

    Ingabe lokhu okufakiwe kuwusizo?

Okushiwo Umsebenzisi

power

amandla