Ukuhunyushwa kwepool e isiZulu

pool

Noun

  1. Izibonelo

    • During our summer holidays we love to visit the Palmiet River and swim in its deep mountain pools

      Ngamaholide ethu asehlobo siyathanda ukuvakashela umfula i-Palmiet bese siyabhukuda ezizibeni ezishonile zawo ezisezintabeni

  2. Izibonelo

    • After the rainy season the swimming pool is green with algae

      Emva kwesikhathi semvula ichibi lokubhukuda liluhlaza ngulele

  3. Izibonelo

    • The company has a pool of cars for business trips

      Inkampani inesiqhoqho sezimoto zezinkambo zebhizinisi

Verb

  1. Izibonelo

    • We need to pool our resources if we're going to make a success of this project

      Sifanele sihlanganise izinsiza zethu uma sifuna impumelelo kulolu hlelo

Ixhaswe u-Oxford