Ukuhunyushwa kweplot e isiZulu

plot

Noun (ubuningi plots)

  1. Izibonelo

    • The plot of Welcome Msomi's Zulu epic UMabatha is based on that of Shakespeare's Macbeth

      Umgomo we-ephiki yesiZulu ka-Welcome Msomi othi: UMabatha, ususelwe emdlalweni ka-Shakespeare othi u-Macbeth

  2. Izibonelo

    • During break, 12-year-old Noncedo Masina takes her watering can and goes to work on her plot in the school vegetable garden

      Ngezikhathi zokuphumula, uNoncedo Masina oneminyaka eyi-12 uthatha iketelo lakhe lokuchelela aye kosebenza esiqithini sakhe engadini yesikole yokutshala imifino

  3. Izibonelo

    • The security police uncovered a plot to overthrow the government

      Amaphoyisa ezokuvikela athole uzungu lokuketula uhulumeni

Verb

  1. Izibonelo

    • Two Tunisians and a Danish national were arrested on suspicion that they plotted to kill the cartoonist

      Izakhamizi ezimbili zase-Tunisia kanye nesisodwa sase-Denmark zaboshwa ngezinsolo zokuthi zakha uzungu lokubulala umdwebi wemifanekiso ehlekisayo

Ixhaswe u-Oxford