Ukuhunyushwa kwe plant e isiZulu

plant

isitshalo

ibizoPlural plants

  • 1

    isitshalo
    isithombo
    ‘Green plants play an essential role in the cycle of life on Earth’ Izitshalo eziluhlaza zidlala indima ebalulekile emjikelezweni wempilo eMhlabeni
  • 2

    isizinda
    umshini
    ‘The car manufacturing plants of the Eastern Cape contribute significantly to the local economy’ Izizinda zokwakha izimoto eMpumalanga Koloni zinomthelela omkhulu ekufukuleni umnotho wendawo

isenzoplanted, plants, planting

  • 1

    -tshala
    ‘On Arbor Day we are encouraged to plant an indigenous tree’ NgoSuku Lwezihlahla siyagqugquzelwa ukuba sitshale izihlahla zemvelo
  • 2

    -beka
    -faka
    ‘The terrorists planted bombs in the basement of the hotel’ Abashokobezi babeka amabhomu endaweni yehhotela engaphansi
    ‘Darth Sidious planted doubts in young Skywalker's mind’ U-Darth Sidious wafaka ungabazane emqondweni ka-Skywalker osemncane