Ukuhunyushwa kwe pitch e isiZulu

pitch

inkundla

ibizoPlural pitches

  • 1

    inkundla
    ‘The spectators ran onto the pitch to celebrate with the winning team’ Ababukeli bagijima bangena enkundleni ukuthokoza neqembu elaliwinile.
  • 2

    ukubhimba
    ‘The microphone moved slowly past the players singing the national anthem before the match and we heard their passion – off-pitch and coarse’ Umbhobho wokukhuluma wadlula ngokunensa kubadlali ababecula iculo lesizwe ngaphambi kokuqala komdlalo futhi sayizwa intshisekelo yabo – bebhimba ngamazwi andondayo.
  • 3

    ukujabulisa kakhulu
    ‘When Bongo Maffin stepped onto the stage, the crowd's excitement reached fever pitch’ Ngesikhathi i-Bongo Maffin ingena eshashalazini ukujabula kwezihlwele kwaba phezulu kakhulu.

isenzopitches, pitching, pitched

  • 1

    -gxumeka
    ‘We pitched our tents at the camp site next to the river’ Sigxumeke amatende ethu endaweni yekamu eduze komfula.