Ukuhunyushwa kwe past e isiZulu

past

-dlulile

isiphawulo

  • 1

    -dlulile
    -edlulile
    ‘The past decade or more has seen many changes in our country’ Eminyakeni eyishumi noma ngaphezulu edlulile kubonakale izinguquko eziningi ezweni lethu

ibizoPlural pasts

  • 1

    isikhathi esidlulileyo
    isikhathi esedlulileyo
    ‘The monument was built to remind us of the heroic deeds of the past’ Isakhiwo sesikhumbuzo sakhiwa ukusikhumbuza izenzo zethu zobuqhawe zesikhathi esidlulileyo

isihlanganiso

  • 1

    -dlula
    -edlula
    ‘Drive past the large garage and you'll see our road immediately after it to the left’ Shayela udlule ngokushesha igaraji elikhulu uzobe usubona umgwaqo wethu ngokushesha kwesobunxele
  • 2

    emuva
    ‘The time is half past one’ Isikhathi imizuzu engamashumi amathathu emuva kwehora lokuqala

isandiso

  • 1

    dlula
    edlula
    ‘The crowds lining the route cheered as the victorious team drove past’ Izixuku zabantu ebezimi uhele emgwaqeni bezihalalisa ngesikhathi iqembu elidle ubhedu lishayela lidlula