Ukuhunyushwa kwepart e isiZulu

part

Noun (ubuningi parts)

  1. Izibonelo

    • The parts are usually the most expensive items on the bill for your car's service

      Amaphathi avame ukuba yizinto ezibiza kakhulu uma ulungisa imoto yakho

    • What you heard is only part of the story. There's more

      Okuzwile ingxenye nje yodaba. Kunokunye

  2. Izibonelo

    • We need a sinister-looking guy to play the part of Iago in Othello

      Sifuna indoda ebukeka ingathembekile ukudlala indima ka-Iago emdlalweni i-Othello

Verb

  1. Izibonelo

    • There was much sadness when the company and its longest-serving staff member parted ways

      Kwaba nosizi olukhulu ngesikhathi inkampani kanye nesisebenzi sayo esase sisebenze isikhathi eside kuyo behlukana

  2. Izibonelo

    • Her straight dark hair was parted in the middle

      Izinwele zakhe ezinde ezimnyama zanqamuka phakathi nendawo

Ixhaswe u-Oxford