Ukuhunyushwa kwe panic e isiZulu

panic

ingebhe

ibizo

  • 1

    ingebhe
    ukwesaba
    amatata
    ‘She went into a panic when she lost her way on the dark and stormy night’ Uye wangenwa ingebhe ngesikhathi elahlekile ebusuku obumnyama futhi obunesiphepho.

isenzopanics, panicking, panicked

  • 1

    -tatazela
    -esaba
    -phaphazela
    ‘The spectators panicked and stampeded for the exits when the fire alarm went off’ Ababukeli batatazelile bagxobana befuna indawo yokuphuma ngesikhathi kukhala umkhosi womlilo.