Ukuhunyushwa kwepack e isiZulu

pack

Noun (ubuningi packs)

  1. Izibonelo

    • I brought along a pack of cards with which to amuse ourselves

      Ngize nepaki yamakhadi ukuze sizijabulise ngawo

  2. Izibonelo

    • The impala was brought down by a pack of wild dogs

      Impala ibulawe umhlambi wamankentshane

  3. Izibonelo

    • The ore was hauled out of the pit in packs on the backs of miners

      Insimbi ehlangene namatshe ikhishwe emgodini ngemishuqulu emihlane yabavukuzi

Verb

  1. Izibonelo

    • Fikelephi was so infuriated that he packed his bags and stormed out

      UFikelephi ubedinwe kangangoba uphakishe isikhwama sakhe washaya isicabha wahamba

  2. Izibonelo

    • The pub was packed with supporters watching the game on the big-screen TV

      Indawo yokuphuza ibigcwele abalandeli bebuka umdlalo kubabonakude omkhulu

Ixhaswe u-Oxford