Ukuhunyushwa kweof e isiZulu

of

Preposition

  1. Izibonelo

    • I tore the sleeve of my shirt while pruning the hedge

      Ngiklebhule umkhono wehembe lami ngesikhathi ngithena uthango

    • The workers will be paid their wages at the end of the week

      Abasebenzi bazokhokhelwa imiholo yabo ekupheleni kwesonto

    • The organization is very concerned about the rights of women

      Inhlangano ikhathazekile ngamalungelo abesifazane

  2. Izibonelo

    • I couldn't think of anything to say to her

      Angikwazanga ukucabanga nganoma yini ebengingayisho kuye

    • The wall is made of natural stone

      Lolu donga lwenziwe ngetshe langempela

  3. Izibonelo

    • The umdoni tree grows to a height of at least six metres

      Isihlahla somdoni sikhula ubude okungenani amamitha ayisithupha

Ixhaswe u-Oxford