Ukuhunyushwa kwe note e isiZulu

note

incwajana

ibizoPlural notes

  • 1

    incwajana
    ‘My mother wrote a note to excuse me from school’ Umama ubhale incwajana ukuxolisa ngokuthi angizukuya esikoleni.
  • 2

    amanothi
    umbhalo
    ‘I made some notes as I listened’ Ngibhale amanothi ngesikhathi ngilalele.
  • 3

    imali yephepha
    ‘I don't have any change, only a R100 note’ Anginawo ushintshi, imali yephepha eyi-R100 kuphela.
  • 4

    Music
    inothi
    ‘The singer is getting a bit old and can't reach all the high notes so well any more’ Umculi usekhulile kancane ngakho akasafiki emanothini aphezulu kahle.

isenzonotes, noting, noted

  • 1

    -qaphela
    -bona
    ‘After I started training more regularly, I noted the improvement in my race times’ Emuva kokuqala ukuziqeqesha njalo, ngiqaphele ukuthi izikhathi zami zomjaho ziya ngokuba ngcono.
  • 2

    -bhala
    -loba
    ‘Your ideas about the project have been noted in the minutes’ Imibono yakho ngomsebenzi ibhalwe emaminithini.