Kukhona izihumusho eziyinhloko ezingu-2 zokuthi mine ku-isiZulu

: mine1mine2

mine1

imayini

ibizoPlural mines

  • 1

    imayini
    umgodi
    ‘The wealth of Gauteng is built on its gold mines’ Umcebo waseGauteng wakhiwe ezimayini zayo zegolide.
  • 2

    isiqhumane
    ‘Landmines remain a threat in countries where guerrilla wars were fought’ Iziqhumane ezibekwa emhlabathini ziseyingozi emazweni lapho kwakuliwa khona izimpi zamalungu amabutho empi angekho emthethweni.

isenzomines, mining, mined

  • 1

    -mba
    ‘A strong environmental campaign saved the St Lucia dunes from being mined’ Umkhankaso onamandla wezemvelo usindise izindunduma zesihlabathi zase-St Lucia ekumbiweni.

Kukhona izihumusho eziyinhloko ezingu-2 zokuthi mine ku-isiZulu

: mine1mine2

mine2

[relative PC+]mi

isabizwanaPlural ours

  • 1

    [relative PC+]mi
    ‘This coat is mine; yours is over there’ Elami leli jazi; elakho lilaphaya.

Usage

For more examples, see the isiZulu to English side of your dictionary at 'awami' (cl. 6), 'elami' (cl. 5), 'esami' (cl. 7), 'eyami' (cl. 4 and 9), 'ezami' (cl. 8 and 10), 'okwami' (cl. 15 and 17), and 'owami' (cl. 1 and 3). These are the frequent forms.