Kukhona izihumusho eziyinhloko ezingu-3 zokuthi live ku-isiZulu

: live1live2live3

live1

-hlala

isenzolives, living, lived

  • 1

    -hlala
    -phila
    ‘We should all try to live in peace and harmony with each other’ Kufanele thina sonke sizame ukuhlalisana ngokuthula nangokuzwana.
    ‘Stone Age people lived by hunting, fishing and gathering veld plants’ Abantu beNkathi yokusetshenziswa kwamatshe babephila ngokuzingela, ukudoba nokuqoqa izitshalo zasendle.
    ‘We lived in Durban for two years before we moved to Johannesburg’ Sahlala eThekwini iminyaka emibili ngaphambi kokuthi sithuthele eGoli.

Usage

This word rhymes with 'give'.

Kukhona izihumusho eziyinhloko ezingu-3 zokuthi live ku-isiZulu

: live1live2live3

live2

-philayo

isiphawulo

  • 1

    -philayo
    ‘Once when I was jogging along a mountain track I saw a real live cobra!’ Ngenkathi ngigijima ngendlela yasentabeni ngabona uphempethwane wangempela ophilayo!
  • 2

    -bukhoma
    ‘The band gave a live performance at the club’ Ibhendi yayidlala bukhoma ekilabhini.

Usage

This word rhymes with 'five'.


Okushiwo Umsebenzisi

live

bukhoma