Ukuhunyushwa kwelay e isiZulu

lay

Verb

  1. Izibonelo

    • We changed our baby's nappy, fed him, and then laid him down in his cot to sleep

      Sishintshe inabukeni lengane yethu, sayifunza, sase siyilalisa phansi embhedeni wayo obiyelweyo ukuze ilale

  2. Izibonelo

    • Please lay the table for me before the visitors arrive

      Ngicela ungidekele itafula ngaphambi kokuthi kufike izivakashi

    • Thea prepared the meal and Dan laid the table

      U-Thea ulungise ukudla kwathi u-Dan wadeka itafula

  3. Izibonelo

    • My father says they had a hen that liked to come into the house to lay an egg in front of the radio

      Ubaba wami uthi babenesikhukhukazi esasithanda ukuza endlini sizozalela iqanda phambi komsakazo

Ixhaswe u-Oxford