Ukuhunyushwa kwe interest e isiZulu

interest

uthando

ibizoPlural interests

  • 1

    uthando
    ukuba nothando
    ‘To save our planet it is important that learners develop an interest in environmental studies’ Ukonga umhlaba wethu kubalulekile ukuthi abafundi babe nothando ezifundweni zezemvelo.
  • 2

    inzalo
    ‘When you apply for a loan, remember you will also have to pay interest on it’ Uma ufaka isicelo semalimboleko khumbula futhi ukuthi kuyodingeka ukhokhe inzalo yayo.

isenzointerests, interesting, interested

  • 1

    -hlaba umxhwele
    -thanda
    ‘Does photography interest you?’ Ngabe umsebenzi wokuthatha izithombe ukuhlaba umxhwele?


Okushiwo Umsebenzisi

interest

Inzalo

ibizo