Ukuhunyushwa kweheavy e isiZulu

heavy

Adjective

  1. Izibonelo

    • He always carries a heavy suitcase of books with him when he goes travelling

      Uhlala ephethe isikhwama sezincwadi esisindayo uma ehamba

  2. Izibonelo

    • City roads experience heavy traffic during peak hours

      Imigwaqo yasemadolobheni igcwala ithrafiki ngezikhathi zokuya nokubuya emsebenzini

  3. Izibonelo

    • We went to the funeral with heavy hearts

      Saya emngcwabeni ngezinhliziyo ezibuhlungu

Ixhaswe u-Oxford