Ukuhunyushwa kwe free e isiZulu

free

-khululekile

isiphawulofreer, freest

  • 1

    -khululekile
    ‘Are you free after school today?’ Ukhululekile namuhla emva kwesikole?
  • 2

    -mahhala
    ‘Entrance to the park is free’ Epaki kungenwa mahhala
  • 3

    [NEG+] na-
    ‘The area is free of mosquitoes’ Le ndawo ayinabo omiyane
  • 4

    -khululekile
    ‘In a democracy you are free to say what you think’ Embusweni wentando yeningi ukhululekile ukusho lokho okucabangayo

isenzofreed, freeing, frees

  • 1

    -khulula
    ‘The hostages were freed after two days of captivity’ Abathunjiweyo bakhululwa emva kwezinsuku ezimbili