Ukuhunyushwa kwe carbon dioxide e isiZulu

carbon dioxide

isikhutha

ibizo

Chemistry

  • 1

    isikhutha
    ‘Plants use carbon dioxide to make their own food’ Izitshalo zisebenzisa isikhutha ukwenza ukudla kwazo.
    ‘We breathe in air that is full of oxygen and we breathe out air that is full of carbon dioxide’ Sihogela umoya ogcwele i-oksijini bese sikhipha ngaphandle umoya ogcwele isikhutha.
    • a colourless gas we breathe out, which is present in the air, used by plants during photosynthesis and used by us in fizzy drinks, fridges, fire extinguishers, etc.
    • igesi engenambala esiyiphefumulayo, etholakala emoyeni, esetshenziswa izitshalo ngesikhathi sefothosintesisi futhi isetshenziswa yithina eziphuzweni ezizoyizayo, eziqandisini, kwizichisha-mlilo, njl.

  • 1

    ikhabonidayoksayidi
    ‘Carbon dioxide levels from burning fossil fuels are rising rapidly’ Amazinga ekhabonidayoksayidi amalahle, u-oyili negesi lomhlaba okubaselwe akhuphuka masisha.


Okushiwo Umsebenzisi

carbon dioxide

Umoya ongcolile

ibizo