Ukuhunyushwa kwe bully e isiZulu

bully

isichokolozi

ibizoPlural bullies

sociology

  • 1

    isichokolozi
    ‘She is such a bully! She always makes us give her our food’ Uyisichokolozi impela! Uhlale esiphoqa ukuthi simnikeze ukudla kwethu.
    • a person who hurts or frightens a smaller or weaker person
    • umuntu olimaza noma othusa umuntu omncane noma obuthakathaka kunaye

isenzobullies, bullying, bullied

sociology

  • 1

    -qinela
    -chokoloza
    ‘The young boy was very unhappy because the older boys bullied him at school’ Umfana omncane wayengathokozile ngoba abafana abadala kunaye babemqinela esikoleni.
    • to hurt or frighten someone who is smaller or weaker than you are
    • ukulimaza noma ukuthusa umuntu omncane noma obuthakathaka kunawe