Ukuhunyushwa kwe assess e isiZulu

assess

-linganisa

isenzoassesses, assessing, assessed

  • 1

    -linganisa
    ‘The farmer is assessing the damage done to his crops’ Umlimi ulinganisa umonakalo owenzeke ezitshalweni zakhe.
  • 2

    School
    -hlola
    ‘The teacher collected our homework to assess it’ Uthisha uqoqe umsebenzi wethu wasekhaya ukuze awuhlole.
    • evaluate something to determine whether it meets a set of standards
    • linganisa okuthile ukuze uthole ukuthi kuyahambelana nemigomo ethize